No Cover
Book
Ukuthungatha umoya wentwasahlobo
Description
Sekuphelile ukubanda kwasebusika. Kwase kuzoba yiNtwasahlobo emzini wakwaNdlovu. Umuzi wawusuzohlangana ukuze ugubhe isikhathi sonyaka esisha. UNkanyezi wayelangazelela umkhosi weNtwasahlobo ukudlula nanoma iluphi usuku onyakeni…