No Cover
Book

Iphupho likaGraƧa

by Marike Le Roux, Karlien de Villiers, Melissa Fagan

No ratings yet

Description

UGraƧa wayesezozalwa emzini omncane eMozambikhi. Izwe lalihlupheka kanti abantu babengakazibusi. Izingane zazingenazikole ezinhle kanti iningi lalingakwazi ukufunda. Umama kaGraƧa wayefisa ukunikeza izingane zakhe amathuba angcono. Kodwa ngaphandle kwemfundo ithemba lalilincane…